... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ubuphrofethi-IqinisonomaAmanga?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 1:5 Kanjalo mina ngokwaminginesifisosokushumayelaivangelinakininabaseRoma.

Listen to the radio broadcast of

Ubuphrofethi-IqinisonomaAmanga?


Download audio file

Uma ngibuka ikhasil ami le facebook kulezinsuku ngibona bebaningi abantu abazibiza ngabaphrofethi nabaphostoli namanye amagama anjalo.Nebala yizipho lezo iThestamente Elisha elikhulumayo ngazo .Kodwa umbuzo uthi ngakube bayibo  ngempela noma  amampunge? Bayikho ngempela lokhu abazibiza ngakho? 

Akukho okusha nokuthusayo ukuthi ivangeli likaJesuKhrestu selihlanekezelwe ukuze abantu bazishaye amahlombe ,kungamakhulukhulu eminyaka kwenzeka konke lokhu. 

Futhi nokho noma kunjalo ,bakhona ababiziwe abagcotshwe nguNkulunkulu ngokweqiniso ukuba bakhulume inhliziyo yakhe.Njengokuba ngike ngasho ukuthi iThestamente likusho ngokucacile okweziphiwo zobuphostoli ,ubuphrofethi,ubuvangeli,ukwelusa ibandla ,nokulifundisa izibhalo [KwabaseFesu 4:11]. 

Manje wazi kanjani ukuthi yibaphi aboqobo ,abakhuluma inhliziyo nentando kaNkulunkulu,futhiyibaphi abadusa iqiniso ukuze bazuze ngakho? 

Nansi impendulo ,njengokuba uPawuli umphostoli abhala ebhalela ibandla  lase Roma kwi – 1st Century AD:

KwabaseRoma 1:5Kanjalo mina ngokwami nginesifiso sokushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

UPhawuli wakucacisa ukuthi ungumphostoli futhi nomsebenzi womphostoli wabe usobala ukuhola abantu ezindaweni zonke ukuba bakholwe bamlalele uJesu,akwenze konke lokho ngeqholo lokuhlonipha nokwazisa uKhrestu.Ngike ngezwa kushiwo ukuthi sesisungule isiko lobuphrofethi kulezinsuku elijahile ukuzwa uNkulunkulu kodwa elimanqika ukumlalela .

Liningi iqiniso kulokho.Uma umuntu ezibiza ngokhulumela uNkulunkulu ,umelwe ukukubizela okholweni kuJesu nokulalela iZwi laKhe .Uma bengakwenzi lokho ungabalaleli.

YilokanyeiZwilikaNkulunkululeli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.