... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Indlela Ongaba Yisitha SikaNkulunkulu Ngayo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

EkaJakobe 4:4-6 Ziphingi, anazi yini ukuthi ukuthanda izwe kungubutha kuNkulunkulu na? Ngakho lowo othanda ukuba ngumhlobo wezwe, umi eyisitha sikaNkulunkulu. Niyacabanga yini ukuthi umbhalo usho ngeze ukuthi: “Umoya awuhlalisa kithi unxanela ngokomhawu,” na? Kodwa unika umusa ngokwenezela; ngakho uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.”

Listen to the radio broadcast of

Indlela Ongaba Yisitha SikaNkulunkulu Ngayo


Download audio file

Ngakho ake ngikuphe ithuba lokuhaya ngobuhlaya ,noma ngabe yini oyikholwayo ngaloNkulunkulu onamandla onke ,onothando .Uma kungukuthi nebala ukhona ,ngakube ungathanda ukuba yisitha sakhe? Ukhona ongathanda ukuba yisona?

Ukuba yisitha sikaNkuluniulu.Ngumcabango osabisanayo lowo .Kodwa inkinga  abantu abaningi ngisho nalabo abathi bakholwa nguJesu owafela izono zabo ,owavuka ukubanika impilo entsha  engunaphakade –sebebe yilokho kanye .Izitha zika Nkulunkulu. 

Lokho, kahle kungenzeka kanjani? Yebo nansi indlela okungenzeka ngayo :

EkaJakobe  4:4-6Ziphingi, anazi yini ukuthi ukuthanda izwe kungubutha kuNkulunkulu na? Ngakho lowo othanda ukuba ngumhlobo wezwe, umi eyisitha sikaNkulunkulu. 

Niyacabanga yini ukuthi umbhalo usho ngeze ukuthi: “Umoya awuhlalisa kithi unxanela ngokomhawu,”

na?  Kodwa unika umusa ngokwenezela; ngakho uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.”

Ngesikhathi siqhubeka sithanda izinto zalelizwe ;inhlalonhle ,imali ,ukuba negama ,ukwaziswa ,ukuxegelwa yinkambo ,iqiniso elichezikusiwe –kusikhathi sinye sibeka unyawo lwethu ukugxathela ukungena ekubeni yizitha zikaNkulunkulu .Futhi hhayi bo ,kulula kangakanani kulezinsuku ukuvese uzithole usuthe shi usungene kulokho ?  

Kodwa unika umusa ngokwenezela; ngakho uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.”

Ngakho ake uzicabange ukuthi kunganjani kuwe ukuzithoba ,ukudedela lempakamo ihambe qede uzibeke phansi ,uthembeke kuNkulunkulu  ?

Ngakho lowo othanda ukuba ngumhlobo wezwe, umi eyisitha sikaNkulunkulu. 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.