... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umndeni o-Perfect

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 5:3-8 Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi ukuhlupheka kuveza ukukhuthazela,  ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba;  ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo. Ngokuba sisebuthakathaka, uKristu wafela abangamesabi uNkulunkulu ngesikhathi esifaneleyo; ngokuba cishe kungenzeki ukuba umuntu afele olungileyo, kodwa mhlawumbe kungase kube khona ongaba nesibindi sokufela omuhle; kepha uNkulunkulu uyabonakalisa ukusithanda kwakhe ngalokhu ukuthi, siseyizoni, uKristu wasifela.

Listen to the radio broadcast of

Umndeni o-Perfect


Download audio file

Angingabazi ukuthi zikhathi zonke usuke wacabanga  ukuthi : “mangase kuthiwe nje umndeni wami wabe ungojwayelekile osesimweni esihle njengayo yonke eminye !”  Nakanjani sewuke wakucabanga lokho ngoba siyayikholelwa lenganekwane yomndeni  operfect .Angithi! Singagcina simile izimpondo emini size sikholwe ngukuthi  inkomo ingamzala umuntu .

Ngithanda ukukucobelela isahluko ezibhalweni namhlanje okuthi uma uzibuka ungathi azihlangene nomndeni wakho  …

KwabaseRoma  5:3-8Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi ukuhlupheka kuveza ukukhuthazela, 

ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba; 

ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.

Ngokuba sisebuthakathaka, uKristu wafela abangamesabi uNkulunkulu ngesikhathi esifaneleyo; ngokuba cishe kungenzeki ukuba umuntu afele olungileyo, kodwa mhlawumbe kungase kube khona ongaba nesibindi sokufela omuhle; kepha uNkulunkulu uyabonakalisa ukusithanda kwakhe ngalokhu ukuthi, siseyizoni, uKristu wasifela.

UJesu wakufela name futhi  wangifela ngesikhathi siseyizoni ; ngesikhathi sisexabane naye singamhloniphi .Ngalokhu wasikhombisa ukuthi usithanda kangakanani . 

Ngakho ngesikhathi izingxaki zomndeni zifika zihambe , ungakwenza okufana nalokhu na ? Ungabakhombisa ukuthi ubathanda kangakanani ,ngokubekezela kwakho ,nethemba lakho ngabo ,nokuzinikela kwakho  ?  Ukulungele ukukwenza lokho shlobo sami?

LoNkunkulu uyakuthanda kunye nomndeni wakho phezu kwamagama onke abengachaza .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.